Blaq Diamond’s Ibhanoyi Lyrics

Oh indizamshini
Aw ng’zok’thengela
Aw ng’zok’thengela ibhanoyi
Aw ng’zok’thengela ibhanoyi
Waa ah

[CHORUS] Aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(My Love)

[VERSE 1- Ndu] Aw noma bengathini keh!
Wena ungowami keh!
Nabaphasi sebevumile
Aw ngithi sekulotshiwe

Ikhanda l’vele l’dume
Um’ungekho eduze
I-smile sami saziwa nguwe
We-sweetati my lavie weh

Aw sebezamile baningi bethi sohlukana kodwa lento ayenzeki
Aw bathi u-babe ungidlisile kanti abazi ukuthi mina ngisemathandweni

[PRE-CHORUS] Oh indizamshini (oh indizamshini babe)
Aw Ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela sthandwa sami)

[CHORUS] Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)

[VERSE 2- Danya] Ufike empilweni yami wena ibheda ibhemile
Izinto sezincono umalambane uvukile
K’shuthi uk’thanda wena dali into ebidaliwe
Ng’yok’thanda ng’yoze ng’ngene egalile

Inhliziyo ishaya kancane ,mangizw’iphimbo lakho
Sthandwa ang’khathali ,ng’yohlala ngingowakho

[PRE-CHORUS] Oh indizamshini (oh indizamshini dali )
Aw Ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela mina)

[CHORUS] Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)
Aw ng’zok’thengela iBhanoyi
(My Love)

Aw noma bengathini ,wena ungowami
(My Love)
Aw noma bengathini ,wena ungowami
(My Love)
Oh indizamshini (my Love)
Ah ng’zok’thengela (my Love)

My love, my love
My love, my love

You May Also Like